Imithombo yezithombe

Izithombe ze-Street View zivela emithomjeni emibili, i-Google nabanikeli bethu.

Okuqukethwe kwethu

Okuqukethwe kwethu

Okuqukethwe kwe-Google kukhreditha i-"Street View" noma "i-Google Amamephu" Ngokuzenzakalelayo sifiphaza ubuso nezinombolo zezimoto ezithombeni zethu.

Okuqukethwe kwabanikeli

Okuqukethwe okusuka kwabanye abanikeli

Okuqukethwe okunikezelwa umsebenzisi kuhambisana negama le-akhawunti elichofozekayo/elithephekayo, futhi kwezinye izimo, isithombe sephrofayela.

I-Google ikulethela kanjani i-Street View

Ukuze sabelane ngezithombe ze-Street View, ithimba lethu lonjiniyela lisebenza ngokuzikhandla ekusithekeni. Nanka amazwibela alokho okwenziwa yithimba ukuze likulethele i-Street View.

Thola umhlaba okuzungezile ngo-360. Buka igalari

Lapho siya khona

Sishayela emazweni amaningi ngemoto ye-Street View ukukulethela izithombe ezithuthukisa umuzwa wakho nezikusiza ukuthi uthole umhlaba okuzungezile. Bheka uhlu lamazwe lapho sishayela khona noma senza i-Trekking.

Izwe
Isifunda Isifunda Isikhathi
{[value.region]} {[value.districts]} {[value.datestart| date:'MM/yyyy']} - {[value.dateend| date:'MM/yyyy']}

Ngenxa yezizathu ezingaphandle kwamandla ethu (isimo sezulu, ukuvalwa kwemigwaqo, njll), ngaso sonke isikhathi kungenzeka ukuthi izimoto zethu zingakwazi ukusebenza, noma kuvele izinguquko ezincane. Sicela uqaphele ukuthi lapho uhlu lucacisa idolobha elithile, lokhu kungabandakanya amadolobha amancane namadolobha amakhulu aseduze nebanga lokushayela.

Lapho sasikhona

Izindawo eziluhlaza okwesibhakabhaka kumephu zibonisa lapho i-Street View itholakala khona. Sondeza ukuze ubone imininingwane kangcono, noma phequlula lokhu okuqukethwe ngamawebhusayithi ethu nezinhlelo zokusebenza.

Ukusuka kwe-Street View se-Google

Phequlula ukuhamba kwethu kwe-Street View.